Nobuhle Sibanda (Poetic Lioness) Ubuhle bakho Africa!Bugxozis' indenda.Unyathela savithikaz' egumeni lalo,Umhlab' unyefa nyefe. Ubucwazicwaz' uyacwebezela,Uyacicim' uyabukeka sankanyezi.Intandokaz' uqobo!Umuhle Africa! Muzi wabant' abalobuntu,Ubunt' obakh' uluntu.Ngesint' umuntu ngumuntu ngabantu. Sigqimugqim' esipheth' imfundis' eqotho,Lamasik' abumb' isizw' esiqotho,Mthombo wolwaz' oluqotho,Okunathwa kuw' ungacitshi,Labanathayo bengaphinde bome. Wamuhle zwekazi!Ungumchilo wamakhosikazi,Makhothanyelwa layizazi,Ngoba sezisaz' ukuthi bezingazi. Ubunkanya nkanya bakho buyinkinga!Buyaphandla zwekaz' elihle.Ngiiphelelwa ngamazwi! Bayethe!Zwekazi... Continue Reading →